Jongosi lami Ngiyabezwa nje bonke abangani bethu benginxusa ukuba
mangangalili kodwa ngikukhumbule ngazozonke izikhathi zobumnandi nentokozo sindawonye kulolu thando lwethu.
However, I regret deeply that I had
failed to lend you an ear, ngikulalele kahle ngosuku lwakho lokugcina usakwa ukuzikhulumela,
ngoba kwakukhona umyalezo owabe uhlose ukuwudlulisa kumina.
Ngalowomzuzu ama’Nurse ayesekuhlalise esihlalweni esinamasondo (Wheel Chair) ngoba ngangiyo kusayinela ukuba bakuphindise eTheatre for one more
scan.
Lapho wavele wabamba isandla sami wasiqinisa (uweak unjalo) imizuzwana ungibheke emehlweni wase uphimisa lamazwi;
“Nkonzo uyazi kodwaukuthi ngiyakuthanda? Ngiyabonga kakhulu okwenze kimi ngiphila kanye nalokhu osukwenze zonke lezinyanga ngilaliswe esibhedlela,
ngibulawa izinhlungu kodwa ngiya… “
I was shoked and
terrified, ngakumisa ungasashongo lutho. Ngacela o’Nurse bakuphuthumise eTheatre.
Sengizokubona ngosuku olulandelayo ngihambisana noMamawakho,
sakufica sewusesimweni esibucayi kakhulu ungasakwazi nokukhuluma.
Sthabile, ngiyaxolisa kakhulu Lovey ukukuvimba ukuba ukusho okwabe kungaphakathi kuwe.
Sengiyabonga futhi ngiyajabula ukuthi ungithandile, sathandana, futhi we became a
“Model Partnership” kwaningi,
Sibanikeze nethemba lokuth lusakhona uTHANDO lapha emnyango umanje nihloniphana.
REST IN PEACE Magaduzela, Rest In Peace Sibalukhulu, Rest In Peace “My
Embassy”.
Namuhla sengiyabona ukuthi wabe uqonde ukungibonisa ngesizotha ukuthi Bhungu:
[Mangificwa Umzuzu Wokugcina!
"Miss Me - But Let Me Go!"
When I come to the end of the road
And the sun has set for me
I want not rites in a gloom-filled room
Why cry for me, Lungiswa Sthabile “Lu…” Dlamini
A soul set free?
Miss me a little -But not too long
And not with your head bowed low
I am/was a strong-willed personality
Remember the love (+jokes) that we once shared
Miss me,Yes,- But let me go!
For this is a journey that we must take
And each one must go it alone
It's all a step in the Master's Plan
A step on the road HOME.
When you are lonely,and sick of heart
Go to the family we know
And bury your sorrows in
doing good deeds
Miss me -But,now,let me go!
"Miss Me - But Let Me Go!"
When I come to the end of the road
And the sun has set for me
I want not rites in a gloom-filled room
Why cry for me, Lungiswa Sthabile “Lu…” Dlamini
A soul set free?
Miss me a little -But not too long
And not with your head bowed low
I am/was a strong-willed personality
Remember the love (+jokes) that we once shared
Miss me,Yes,- But let me go!
For this is a journey that we must take
And each one must go it alone
It's all a step in the Master's Plan
A step on the road HOME.
When you are lonely,and sick of heart
Go to the family we know
And bury your sorrows in
doing good deeds
Miss me -But,now,let me go!
HAMBA, FUTHI UPHUMULE NGOKUTHULA JONGOSI LAMI!
Crafted By: Nkonzwenhle ‘Nkonzo’Mqadi
Dated: 13 June 2012
Crafted By: Nkonzwenhle ‘Nkonzo’Mqadi
Dated: 13 June 2012


